395px

Esphambanweni (feat. Hlengiwe Mhlaba W)

Kelly Khumalo

Wabethelwa ngenxa yami
Es'phambanweni se hlazo
Yingakho ngikudumisa
Ngithi uphakeme
Wabethelwa ngenxa yami
Es'phambanweni se hlazo
Yingakho ngikudumisa
Ngithi uphakeme

Wena Jehova unesineke
Futhi uyangikhathalela
Wena Jehova uyang'mangaza
Awufani, awufani nab'abantu
Ugcobis' ikhanda lami ngamafutha
Indebe yam' iyagcigcima
Oh Haleluya useyingoma yam'
Yoku, yokudumisa

Wabethelwa ngenxa yami
Es'phambanweni se hlazo
Yingakho ngikudumisa
Ngithi uphakeme
Wabethelwa ngenxa yami
Es'phambanweni se hlazo
Yingakho ngikudumisa
Ngithi uphakeme

Wena Jehova awungiyeki
Ngob' uyakhathazeka
Nginawe angisoze ngadangala
Phel' awufunani awafunani
Nabantu
Ugcobis' ikhanda lami ngamafutha
Indebe yam' iyagcigcima
Oh Haleluya useyingoma yam'
Yokudumisa, oh Haleluya

Wabethelwa ngenxa yami
Es'phambanweni se hlazo
Yingakho ngikudumisa
Ngithi uphakeme
Wabethelwa ngenxa yami
Es'phambanweni se hlazo
Yingakho ngikudumisa
Ngithi uphakeme

Wena Jehova unesineke
Futhi uyangikhathalela
Wena Jehova uyang'mangaza
Awufani, awufani nab'abantu
Ugcobis' ikhanda lami ngamafutha
Indebe yam' iyagcigcima
Oh Haleluya useyingoma yam'
Yoku, yokudumisa

Wabethelwa ngenxa yami
Es'phambanweni se hlazo
Yingakho ngikudumisa
Ngithi uphakeme
Wabethelwa ngenxa yami
Es'phambanweni se hlazo
Yingakho ngikudumisa
Ngithi uphakeme
Wabethelwa ngenxa yami
Es'phambanweni se hlazo
Yingakho ngikudumisa
Ngithi uphakeme
Wabethelwa ngenxa yami
Es'phambanweni se hlazo
Yingakho ngikudumisa
Ngithi uphakeme

Escrita por: