395px

Umcebo

Sjava

Mabacel' u, mabacel' umcebo

Webaba mabecela kuwe
Bacela amandla, bacel' umcebo
Mina ngcel' uthando nenhlakanipho, mhh
Webaba mabecela kuwe
Bacela amandla, bacel' umcebo
Mina ngcel' uthando nenhlakanipho

Ngith' umcebo wemali endodeni
Engenalo uthando udala umona, nenzondo
Kugcina kuphuma imphefumulo
Ay'ngozi amandla asezandleni zendodeni engenayo inhlakanipho
Sebenzisa ngendlel' e-wrong
Kugcina kuphuma imphefumulo

Ngicela isibusiso engiyophila naso ingunaphakade
Ngoba lokhu kwasemhlabeni ngeke ngihambe nakho kuyasala
'Th' Ayipheleli ekufeni impilo ayipheleli emgodini, weh
Ungakhohlwa ukuthi usazoba idlozi emdenini wakho
Baba ngicela inhliziyo eyamukelayo
Ngizokwazi ukbhekana nezimo ez'ngehlelayo

Webaba mabecela kuwe
Bacela amandla bacel' umcebo
Mina ngcel' uthando nenhlakanipho, mhh
Webaba mabecela kuwe
Bacela amandla bacel' umcebo
Mina ngcel' uthando nenhlakanipho, mhh

Ngith' umcebo wemali endodeni
Engenalo uthando udala umona, nenzondo
Kugcina kuphuma imphefumulo
Ay'ngozi amandla asezandleni zendodeni engenayo inhlakanipho
Sebenzisa ngendlel'ewrong
Kugcina kuphuma imphefumulo

Escrita por: Sjava