Loshona Nini
Kelly Khumalo
Ngangi ney'nkinga zam'
Ng'susha dlal' umanga
Manga business uhubu
L'kabhejane
Njalo beng'thembis' izulu
Nomhlaba kanti bafun' ukuwis'
Ibusiness ukuthi mina nje
Bengingaz'
Ngayek' ukuzisola
Ngahlakanipha
Ngakhula ngabona
Ngahlakanipha
Ngayek' ukuzisola
Ngahlakanipha
Ngakhula ngabona
Ngahlakanipha
Awu awu
Loshona nin' ilanga
Ng'yotshel' umam'
Ukuthi sekphelile uk'ganga
Awu awu
Loshona nin' ilanga
Ng'yotshel' umam'
Ukuthi sekphelile uk'ganga
Sekphelile uk'ganga
Sekphelile uk'ganga
Sekphelile uk'ganga
Sekphelile uk'ganga
Kwashon' amalanga
Nensuku zahamba
Kant' umuntu uhleli
Nemamba
Kwavulek' amehlo yo
Izitha zalamba
Ngeke ng'phinde
Ng'phinde ng'lahle
Ngayek' ukuzisola
Ngahlakanipha
Ngakhula ngabona
Ngahlakanipha
Ngayek' ukuzisola
Ngahlakanipha
Ngakhula ngabona
Ngahlakanipha
Awu Awu
Loshona nin' ilang
Ng'yotshel' umam'
Ukuthi sek'phelile uk'ganga
Awu Awu
Loshona nin' ilang
Ng'yotshel' umam'
Ukuthi sek'phelile uk'ganga
Sekphelile uk'ganga
Sekphelile uk'ganga
Sekphelile uk'ganga
Sekphelile uk'ganga



Comentarios
Envía preguntas, explicaciones y curiosidades sobre la letra
Forma parte de esta comunidad
Haz preguntas sobre idiomas, interactúa con más fans de Kelly Khumalo y explora más allá de las letras.
Conoce a Letras AcademyRevisa nuestra guía de uso para hacer comentarios.
¿Enviar a la central de preguntas?
Tus preguntas podrán ser contestadas por profesores y alumnos de la plataforma.
Comprende mejor con esta clase: