visualizaciones de letras 37

(Yeah, you know it)

Zigadle zephuka kobaba
Kodwa kusefana, not yet uhuru
Soth' umlilo nabafana (bafana bakithi)
Sidingida lolu daba
Ithiwani inhlupheko engaka ekhaya? (nhlupheko engaka)
Nakhu sifa indlala
Asambe siye emadolobheni (emadolobheni)
Mhlawumbe zingasulw' izinyembezi zethu (zeminyaka yeh)

Lifa, lifa lesithutha
Lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
Khaliphile, heh ayy
Lifa, lifa lesithutha
Lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
Khaliphile, heh ayy
Lifa, lifa lesithutha
Lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
Khaliphile, heh ayy
Lifa, lifa lesithutha
Lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
Khaliphile, heh ayy

Ngcebo yethu ikuphi na?
Ngicela nisibuyisele (buysele)
Umaguya usebenzele
Thina bantwana bakhe
Kant' abanye mebemlinde athule du (athule du)
Badl' amandla nezithukuthuku
Kunini efukuz' ubaba weth' ufuze
Abase kakhulu basphuca konke usab' umndeni (eshe)
Usab' umndeni
Isith' esikhulu esegazi
Ngizothi ngan'xwayisa nangangizwa

Lifa, lifa lesithutha
Lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
Khaliphile, heh ayy
Lifa, lifa lesithutha
Lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
Khaliphile, heh ayy
Lifa, lifa lesithutha
Lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
Khaliphile, heh ayy
Lifa, lifa lesithutha
Lidliwa ngabakhaliphile, heh ayy
Khaliphile, heh ayy


Comentarios

Envía preguntas, explicaciones y curiosidades sobre la letra

0 / 500

Forma parte  de esta comunidad 

Haz preguntas sobre idiomas, interactúa con más fans de Nomfundo Moh y explora más allá de las letras.

Conoce a Letras Academy

¿Enviar a la central de preguntas?

Tus preguntas podrán ser contestadas por profesores y alumnos de la plataforma.

Comprende mejor con esta clase:

0 / 500

Opciones de selección